Skip to content Skip to sidebar Skip to footer

Author page: Administrator Teacher

ukubhala i-imeyili isibonelo

ukubhala i-imeyili isibonelo

Imeyili iyindlela yobuchwepheshe yokuthumela imibiko, izithombe, nokunye ngendlela esheshayo kusetshenziswa amakhompyutha. yini i-imeyili Izinzuzo Zokusebenzisa I-imeyili Le ndlela inhle kakhulu ngoba umuntu ukwazi ukuthumela ngisho umbhalo ongamakhasi amaningi ngesikhashana nje. Lapho umuntu othunyelelwe umbhalo eseqedile ukuwufunda, uyakwazi ukuwugcina ukuze aphinde awufunde esikhathini esizayo uma kuvela isidingo. Nalowo owuthumele uyakwazi ukugcina ubufakazi bokuthi wawuthumela umlayezo ngelanga elithile.…

Read More

Iyini Incwadi Yobungani

Incwadi Yobungani – isiZulu

Incwadi Yobungani - isiZulu Izakhiwo Nezimpawu Zencwadi Yobungani Iyini Incwadi Yobungani Incwadi yobungani Iyincwadi ebhalwa abantu abasondelene ngokwegazi noma ngokomoya. Incwadi yobungani iba nekheli elilodwa, lalowo oyibhalayo lihambisana nosuku olubhalwe ngokugcwele. Akusetshenziswe igama lenyanga lesiZulu noma lesiNgisi elibhalwe ngokwesiZulu. Kusetshenziswa isibingelelo sobungani, ungambiza ngegama noma umthophe ngesithakazelo. Le ncwadi iba nesingeniso umzimba kanye nesiphetho.…

Read More